© 2016-2017 SACNU. South African Cloth Nappy Users

Follow Us
  • facebook
  • Youtube
  • Twitter

I'M NEW - ISIXHOSA

IKHASI LOHLU LWAMANEPHI ENDWANGU

Izinhlobo Zamanephi Endwangu

  • Amanephi Endwangu = Isembozo sangaphandle esivikela amanzi (isib. PUL) Ingxenye yangaphakathi ehucayo

  • Isembozo = Isembozo sangaphandle esivikela amanzi

  • Okufakwayo, izindwangu, ama-fitteds kanye nokugoqwayo = Izinhlobonhlobo zezingxenye ezihucayo

  • I-AIO inakho konke kuthungelwe ndawonye

  • I-AI2 = Isembozo esinezinkinobho ngaphakathi

  • Isikhwama = Isembozo esinephakethe elithungelwe + Okufakwayo

I-AIO - KonkeNdawonye

Click for link to AIO

I-AI2 - Konke Kokubili   

Osayizi 

NB: Ukuzalwa - 7kg

OS: 5+kg

Inezinkinobho zokuyilawula

Printable Version
Click Here

Kungaki?

  • 36 amashintshoabasandaukuzalwa, 24 amashintsho e-OS

PHAWULA: Okushibhili zama i-DIY nomai-preloved

Yini okunye engikudingayo ngokusebenzisa amanephi endwangu?

  • Ikhabethe (Indawo ecocekile yokubeka amanephi)

  • Ibhakede lokomisa (indawo yamanephi angcolile)

  • Ukuzikhethela: Isipuleyisendwangu, indwanguyokusula, izindwang uezilahlwayo noma ezifulashwayo, indwangu ephephile nokhilimu wezinqe

Indlela Yokuwasha